All subject must be in zulu essay
Imibono ngokufunda zonke izifundo ngesingisi kungabanzima ukufunda ngesizulu imaths kanye ne phyiscal science
ngoba amagama esizulu awekho akulungele lokho , isibonelo, ngesizulu komele kuqanjwe yonke into
efana nokuthi accelation, momentum, velocity. Isizulu sinzima noma usebenzisa sona usesha ku google,
noma usebenzisa atm yesizulu into eba yinkinga indlela amagama abekwa ngayo ku google nakwi atm,
ngisho usazi usizulu wakhula ngaso kodwa isizulu esibhalwa ko atm siyadida.
Ngisho ubhala incwadi yokushayela ("learners") isizulu esisetshenziswa yi department of transport siyadida,
kuke kube ncono ukubhala ngesingisi i-leaners yakho. Isibonelo: uthola amagama afana nokuthi umgaqo owelayo
All subjects in zulu or english?
Learning everything in zulu language is an essay that is written in zulu for zulu students ,
to discuss if it is worth learning all subjects in zulu.
What are the advantages of learning all modules in zulu?
The problem is that there are no zulu words that can be used for phyics terms.
Learners will have to spend time learning those new terms and the people
that invent new words normal they dont invent good sounding words. How would you call a "derivative" in zulu?
How would you call "sin", "cos" , "tan" in zulu? How would you announce this firgure in zulu "15 609 899",
Either way even "sin", "cos" , "tan" were in zulu, the calculator is still in english.
Surely some can announce it but my bet is that less than 3% of grade 12 learners can announce that.
Explaining some things in native language
50% Of zulu, when we learned poetry in school, our teachers would explain complicated words in zulu,
that made it very esier to understand a complex poem.
At time learners in rural areas where they understand zulu 100% must be able to get an explaination of
certain things in zulu.
Njengoba siphila ezweni elakhelwe izinhlanga ezahlukene ,
kungumqondo ohlaba hlosile ukuthi ezikoleni izingane zifundiswe
ngendlela enomthelela omuhle ekwakheni ikusasa lentsha .
Ukufundisa noma ukufunda izifundo ngolimi lwamangisi kuhle Impela
ngoba kukhulisa ikhona lokwazi ukusheshe uxhumane kalula nabezinye izizwe.
Yebo kukuhle impela ukufundisa nokufunda ngesilungu izifundo kodwa kuye
kube nomthelela ongemuhle kubantwana .
Abantwana bagcina belahlekelwa Imvelaphi yabo ,baze bakhohlwe ukut bavela kuluphi uhlanga
Reason why learning in english instead of zulu is important. Kubalulekile ukufunda Zonke izifundo ngolimi lwesingisi(let this be introduction).
- Uyakwaz ukukhuluma nabantu bakwamanye amazwe ngoba kunamanye amazwe angalufundi ulimi lwesingisi kodwa bayalwazi ngokwemvelo (la uzobeka ngeyakho indlela angikwaz ukukhuluma isiZuluš¤£)
- Uyakwazi ukuzimela awudingi abantu abazotolika nabantu bakwamanye amazwe bayakuzwa futh bayakujabulela lokho
- Uma ufuna umsebenz eskhathin samanje noma ukuze waziwe nasemsebenzini kumele uqonde ulimi lwesingisi
- Kuthuthukisa nakhono onawo coz Uma uwaveza or uwachaza ngalolulimi isizwe sonke siyakuzwa
"Imibono Ngokufunda Zonke Izifundo Ngolimi Lwesizulu
Ukufunda ngolimi lwesizulu akukhona nje ukufunda amagama, kodwa kuyindlela yokugcina isiko, ubuhlakani, kanye namagugu ethu.
Okokuqala, ukufunda ngolimi lwesizulu kusiza ekwakheni ubunikazi. "Umuntu akalahlwa," kusho ukuthi sonke sinesithakazelo sokuphila ngendlela efanele. Ngolimi lwesizulu, sithola ithuba lokuqonda izinganekwane, izaga, nezisho ezihlobene nempilo yethu. Lokhu kusinika umfutho wokwazi ukuthi singobani, sikhuluma ngani, futhi sithanda ini.
Okwesibili, ukufunda izifundo ngolimi lwesizulu kuqinisa ukuxhumana. "Ukubona kanye, ukubona kabili," kusho ukuthi uma sikhuluma ngolimi lwethu, sithuthukisa ubudlelwano phakathi kwethu. Lokhu kubalulekile, njengoba sikhuluma ngempilo, imfundo, nezinto esizithandayo. Ukuxhumana kahle kusiza ekwakheni imiphakathi eqinile.
Okwesithathu, izifundo ezibhalwe ngolimi lwesizulu zikhulisa ukuqonda kwezemfundo. "Iphutha elilodwa alikubhalisanga," kusho ukuthi ukufunda ngolimi lwethu kudinga ukuqonda okukhulu. Uma sithola ukufunda izifundo ezihlukene ngolimi lwesizulu, sithola ithuba lokubheka izinto ezahlukene ngezindlela ezihlukile, okuholela ekutholeni ulwazi olunzulu.
Ngaphezu kwalokho, ukufunda ngolimi lwesizulu kubalulekile ekuthuthukiseni izifundo zempilo. "Insakavukela umchilo wesidwabu," kusho ukuthi ukufunda izifundo eziningi kungenza sibe neqhaza elikhulu ekwakheni ikusasa lethu. Lokhu kusinika amandla okuphumelela, futhi sithuthukisa umphakathi wethu.
Ngakho-ke, ngicela nonke, sithathe izinyathelo zokukhuthaza ukufunda ngolimi lwesizulu. "Umuntu ngumuntu ngabantu," masisebenzisane ukuze sithuthukise ukufunda kwethu. Sidinga ukuxhasa imifundaze, izinhlelo zokufunda, kanye nezinsizakusebenza ukuze sithuthukise izifundo zethu ngolimi lwesizulu.
umuthi wokuphasa wama students
Umuthi wokuphasa wokuhlakanipha esikoleni
Join Grade 12 students whatsapp group
Grade 12 Matric whatsapp groups
Related articles
Topics for inkulumo elungiselwe
- Ukunukubezeka kwemvelo kunemiphumela yakho
- Usizi oluthwelwe othisha ezikoleni
- Lehlile izinga lenhlonipho entsheni
- Imibono ngokufunda zonke izifundo ngesingisi
- Amasu okunqanda ukulwa kwabafundi eskoleni
- Ukubaluleka kobuchwepheshe esikhathini samanje
- Ukunubezwa kwemvelo kunemiphumelo yakho
- Ubunzima obuthwala omama
- Umbono wami ngokuthandana kobulili obubodwa
- Umzali ubalulekile
- Inkulumo elungiselelwe
- Ukungaphephi kwabafundi ezinkundlen zokufundela
- Amasu angenziwa ukugwem ukukhulelwa kwabafundi
- Amasiko esintu owathandayo nalawo ongawathandi
- Izidakamizwa zinomthelela omubi emphakathin esiphila kuwona
- Ukuhlukunyezwa kwamalungelo ezingane
- Ngamakhono esinawo singaziphilisa
Read more articles
Sithumelele essay yakho
Uma kukhona isihloko se essay osidingayo ongasitholi sicela wenze icomment lapha ngezansi sizozama okusemandleni ukukusiza
| Comments |
|
| Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla? |